CORRECTAR LA LETRA

Letra : LoMhlaba Unzima

Baba benomama ayi bo
Lomhlaba unzima
Baba benomama ayi bo
Umhlaba unzima
Baba benomama ayi bo
Lomhlaba unzima
Baba benomama ayi?bo
Umhlaba?unzima

Bathi hallelujah! Amen!?Sivula ngomthandazo
Ngegama likaJesu uNkulunkulu uThixo weymangazo
Nkulunkulu?wamazulu xolel' abasonayo
Sohlangan' e-Galile kuyoba mnandi bengekh' abasontayo
Shwele baba thethelel' izono zami
Akukho lula ukuba yim' inzondo inami
Nam' angilazi icala lami isono sami
Izitha zyangiladela vika dloz' amandl' enkabi
Ngizomemeza uNkulunkulu wamabhinca
Uzosabela iythukuthuku mabezidla
Ngisele ngedwa iynxushunxushu bayang'gila
Ngihlupheke kakhulu ngiwa ngivuka iNkosi isiza
Bathi khala zome mtaka-ma uyokhala kuzwe bani
Uphenduk' intandane inyembezi ziwela phansi
Sal' usubuya Nkulunkulu wama bhinca
Ngizogqok' uBrentwood ngizocothoza 'masufika
Baba benomama ayi bo
Lomhlaba unzima
Baba benomama ayi bo
Umhlaba unzima
Baba benomama ayi bo
Lomhlaba unzima
Baba benomama ayi bo
Umhlaba unzima

Ayy! zyolal' insizwa kuyosal' iybongo
Syobamb' ishisa kuyosab' iynongo
Zyoland' indlondlo zyoshiy' izono
Bek' ithemba kuMdali kuyoqhum' iybongo
Sikhalile kwenela kunzima nokuyifakaza
Usithathel' amaqhawe inhloso yakh' ukusihlakaza
UMgqumeni iNdidane was'ugcina ngeChalaha
Kukhon' okusesifubeni kodwa kunzim' ukuk'phalaza
Sal'usubuya Nkulunkulu uyaz' awudeli
Isizwe sojabula inxushunxushu uyaz' aypheli
Usivikele kwiyphukuphuku yaz' ayqeni
Ibhinca lizojabula lizokikiza ingez' aypheli
Alusekh' uthando ihlekisan' ihlomelela
Unzim' umhlaba isibheken' ibophelele
Awu buya baba isizwe sakh' usithethelele
Ukukhal' akusizi inyembezi sekumoshakele
Baba benomama ayi bo
Lomhlaba unzima
Baba benomama ayi bo
Umhlaba unzima
Baba benomama ayi bo
Lomhlaba unzima
Baba benomama ayi bo
Umhlaba unzima