CORRECTAR LA LETRA

Letra : Isiginci

Ushuni weNkabi
Shwele

Kukhal' is'ginci sakh' enhlizwen' yami
Um' usumamatheka ngivele ng'zule
Ndibon' ubuhle bakho
Ikhanda l'zule
Kodwa k'vele kuthi "hu"
Uma?ng'cabanga?ng'thand' intomb' entle?kangaka

Sendicabangile
Bona ngiyosebenza
Wangenz' umuntu
Ungibona mna nd'yak'thanda
Wangenz' umuntu
Ungibona?mna nd'yak'thanda

Khaw'tshel' umama nobab' iinkomo zikhona
Sengishoda ngawe s'thandwa sami ng'be?yindoda
Akekh'?omuny'?onothand' olunjena
Nguwe wedwa?s'thandwa sam' entlizweni?yami
Anginamali futh' anginakari
Kodw' uthando lwami luhlala luhlezi kuwe
Ingakho ngithi k'khal' esakh' is'ginci entlizweni yami
Nenqondo yam' ihlal' icinga ngawe
Kukhal' sakh' is'ginci sakh' entlizweni yami
Um' usumamatheka ngivele ng'zule
Ndibon' ubuhle bakho
Ikhanda l'zule
Kodwa k'vele kuthi "hu"
Uma ng'cabanga ng'thand' intomb' entle kangaka

Sendicabangile
Bona ngiyosebenza
Wangenz' umuntu
Ungibona mna nd'yak'thanda
Wangenz' umuntu
Ungibona mna nd'yak'thanda

Ushuni weNkabi
Gegelagege
Nengena nkom' iyayidl' inyama
Sey'zal' abantu kodwa sey'qom' i'inyamazane
Ay'na bhaskidi
Ikhuz' emaketh' iy's'phalaphala
Hhawu ndon' yamanz' ang'namagama
Bathi mntanomuntu uyaz' 'ma ngik'bheka kuthi "hu"
Inhliziy' igcwal' uthando ithi "gu"
Shhh ungay'tshel' abant', ungayithi "vu"
As'khohlwe oNondaba, 'ma bekhulum' akuthi "shu"
Ngilosi yami
Hhaw', Thembalami
Bambolwami
Mntanomuntu
Sponono sami
U-Lovie wami
Sweetie wami
Nhliziyo yami
UDali wami
Ng'ngak'biza ngawo wonk', uthanda liphi, Nkanyezi yami?
Imizwilili
Inhliziyo yam' ikhal' is'ginci
Usizwe wena wedwa "'nci, 'nci, 'nci"
Asiy'bhimbi
My heartbeat
Uyazi wen' k'thand' is'Ngisi
Ushun' weNkabi i-rap
Woza Mduduzi
Ak'khal' is'ginci
Kukhal' is'ginci sakh' enhlizwen' yami
Um' usumamatheka ngivele ng'zule
Ndibon' ubuhle bakho
Ikhanda l'zule
Kodwa k'vele kuthi "hu"
Uma ng'cabanga ng'thand' intomb' entle kangaka

Sendicabangile
Bona ngiyosebenza
Wangenz' umuntu
Ungibona mna nd'yak'thanda
Wangenz' umuntu
Ungibona mna nd'yak'thanda

Uyakhumbula ngiqal' ukuk'bona
Intliziyo yagcwal' injabulo
Yathi nguye lo umaqondana wami
Ngijabule, ngijabule
Intliziyo yam' ihlala ik'khumbule
S'thandwa sami, nguw' ithemba lami

Kukhal' is'ginci sakh' enhlizwen' yami
Um' usumamatheka ngivele ng'zule
Ndibon' ubuhle bakho
Ikhanda l'zule
Kodwa k'vele kuthi "hu"
Uma ng'cabanga ng'thand' intomb' entle kangaka
Sendicabangile
Bona ngiyosebenza
Wangenz' umuntu
Ungibona mna nd'yak'thanda
Wangenz' umuntu
Ungibona mna nd'yak'thanda

Wamuhl' umntanomuntu
Yayintl' ingan' yabantu
Uzalwa ngubani?
Kuvele kuthi "hu"
Wen' uthokozis' intliziyo yami
Kuvele kuthi "hu"
Undibona mna ngiyak'thanda