CORRECT LYRICS

Lyrics : Phuma Dimoni!

Verse:

Mic...

Mthandazeleni une dimoni ke lo
Akekho umuntu onormal o flow-a ka so
Uthunyelwe u sathane
His M.O uk'zodlala emakhanda abantu acting like a hair dresser
They askin "you the one that's killing beats?" I'm like "yes sir!"
Imincwabo on a regular
Bars jotted cellular
Delivering like MrD
Yeah, I'm serving up a feast
Guarded up like Pistol Pete
My enemies deceased
Mas'bancwaba tell umfundisi ang'beke еmikhulekweni
Confess all my sins ukuzе ngithethelelwe
Gimme my penance
I go to my room, shut the door bese ngingena emthandazweni
Ngizile nokudla ukuze umphefumulo uhlanzekeke
Ngifuna ukukhanya ngathi I'm immaculate
My brilliance iyaxhopha bheka, sebadinga iybuko
Now em 'n em be acting shady
Kodwa ngibona iy'thunzela