CORRECT LYRICS

Lyrics : Onje Ngam’

Nhm hm hm
Mhm hm hm nh

Sthandwa sami yimi ngedwa
Okwaz' ebubini nasebuhleni
Hlala nami bamb' isandla sami
Ngizokusul' inyembezi

Impilo yami (mpilo yami)
Ingeyakho (Ingeyakho)
Ngiyiphilela wena
Nhliziyo yami (Impilo yami)
Ingeyakho (Ngiyphilela wena)
Ngithanda wena

Oh ngek' uzumuthole (Onjengami)
Ozoknika lonke uthando (Olupheleleyo)
Inhliziyo yami ngeyakho
We were made for each other

Ngek' uzumuthole (Onjengami)
Ozoknika lonke uthando (Olupheleleyo)
Inhliziyo yami ngeyakho
We were made for each other
Akukho kimi okubi ngawe
Ngizthandela wena
Mina nawe simoya munye (Oh)
Kuze kube naphakade

Impilo yami (mpilo yami)
Ingeyakho (Ingeyakho)
Ngiyiphilela wena
Nhliziyo yami (Impilo yami)
Ingeyakho (Ngiyphilela wena)
Ngithanda wena

Oh ngek' uzumuthole (Onjengami)
Ozoknika lonke uthando (Olupheleleyo)
Inhliziyo yami ngeyakho
We were made for each other
Ngek' uzumuthole (Onjengami)
Ozoknika lonke uthando (Olupheleleyo)
Inhliziyo yami ngeyakho
We were made for each other

Oh ngek' uzumuthole (Onjengami)
Ozoknika lonke uthando (Olupheleleyo)
Inhliziyo yami ngeyakho
We were made for each other
Ngek' uzumuthole (Onjengami)
Ozoknika lonke uthando (Olupheleleyo)
Inhliziyo yami ngeyakho
We were made for each other
Impilo yami ingeyakho
Ngizithandela wena
Impilo yami ingeyakho
Ngizithandela wena