CORRECT LYRICS

Lyrics : Nok’khanya

Lala-la-la-la
Lala-la-la-la

Angib'thand' ubusukuku, buza nomnyama
Ngiyak'thand' uk'khanya, kuza nelanga
Ngicabanga nzulu, ngempilo yam'
Ngifun' ukuk'hlala kuko, ukukhanya

Seng'cel' uk'hlala nawe
Ngoba wen' ukukhanya
Seng'cel' uk'hlala nawe
Ngoba wen' ukukhanya

Seng'cel' uk'hlala nawe
Ngoba wen' ukukhanya
Seng'cel' uk'hlala nawe
Ngoba wen' ukukhanya

Njengemvula yaseb'sika
Nokukhanya kuyancipha
Njengembil' iswel' umsila
Ang'sakwazi nokulala
Seng'cel' uk'hlala nawe
Ngoba wen' ukukhanya
Seng'cel' uk'hlala nawe
Ngoba wen' ukukhanya

Seng'cel' uk'hlala nawe
Ngoba wen' ukukhanya
Seng'cel' uk'hlala nawe
Ngoba wen' ukukhanya

Ngicela kon' ukukhanya, kukhanya yehla kimi
Ngicеla kon' ukukhanya, kukhanya yehla kimi
Ngicela kon' ukukhanya, kukhanya yehla kimi
Ngicеla kon' ukukhanya, kukhanya yehla kimi

Seng'cel' uk'hlala nawe
Ngoba wen' ukukhanya
Seng'cel' uk'hlala nawe
Ngoba wen' ukukhanya

Seng'cel' uk'hlala nawe
Ngoba wen' ukukhanya
Seng'cel' uk'hlala nawe
Ngoba wen' ukukhanya