CORRECT LYRICS

Lyrics : Empini (Live)

Ng'yathemb' uyabona
Sofela Khon' empini
Ngeke bas'khone
Lingashon' emini

Ng'yathemb' uyabona
Sofela Khon' empini
Ngeke bas'khone
Lingashon' emini

Kutheni na, yini udangele?
Konakele amathemba akho
Wonke uwabeka kimi
Awazi na?
Abant' abayifuni intw' enhle
Bayamangaza, bak'limaza bak'buk' emehlweni

Oh ng'yathemb' uyabona
Sofela Khon' empini
Ngeke bas'khone
Lingashon' emini

Ng'yathemb' uyabona
Sofela Khon' empini
Ngeke bas'khone
Lingashon' emini
Abanye abantu umgosi baphila ngawo
Ubеzwe bathi "Awus'nik' amagqabantshintshi"
Amathemba akho wonke uwabеka kimi
Ah, awazi na?
Abant' abafun' intw' enhle
Bayamangaza, bak'limaza bak'buk' emehlweni

Oh ng'yathemb' uyabona
Sofela Khon' empini
Ngeke bas'khone
Lingashon' emini

Ng'yathemb' uyabona
Sofela Khon' empini
Ngeke bas'khone
Lingashon' emini

Uwe iye-ye-ye
Uwe iye-ye-ye
Uwe iye-ye-ye
Uwe iye-ye-ye
Mina nawe akeko' omunye, himi nawe
Mina nawe akeko' omunye
Mina nawe akeko' omunye, himi nawe
Mina nawe akeko' omunye
Ng'yathemb' uyabona
Sofela Khon' empini
Ngeke bas'khone
Lingashon' emini

Uwe iye-ye-ye
Uwe iye-ye-ye
Uwe iye-ye-ye
Uwe iye-ye-ye

Thank you so much everybody
Himi nani, akekho omunye
Mina nawe akekho omunye
Eh mina nawe akekho omunye
Eh mina nawe akekho omunye
Eh mina nawe akekho omunye
Eh mina nawe akekho omunye

Uwe iye-ye-ye
Uwe iye-ye-ye
Uwe iye-ye-ye
Uwe iye-ye-ye
Uwe iye-ye-ye
Uwe iye-ye-ye
Uwe iye-ye-ye
Uwe iye-ye-ye

Ng'yathemb' uyabona
Sofela Khon' empini
Ngeke bas'khone
Lingashon' emini

Oh ng'yathemb' uyabona
Sofela Khon' empini
Ngeke ning'khone
Lingashon' emini

Ng'yathemb' uyabona
Sofela Khon' empini
Ngeke bas'khone
Lingashon' emini

Ng'yathemb' uyabona
Sofela Khon' empini
Ngeke bas'khone
Lingashon' emini

Uwe iye-ye-ye
Uwe iye-ye-ye
Uwe iye-ye-ye
Uwe iye-ye-ye

Uwe iye-ye-ye
Uwe iye-ye-ye
Uwe iye-ye-ye
Uwe iye-ye-ye

[Instrumental: Live Band]