CAPA/TRACKLIST
Letra : Uthando
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba
Zangen' inkomo kwaKhumalo
Awu isi yemeyem. Awu yelele babo!
Uyathath' umakoti namhlanje
Awu isiyeme yem. Awu yelele babo
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba
Bamenyiwe bonk' omakhelwane (Webaba)
Kuzokikizwa, kikizwa laph' ekhaya (Webaba)
Bakhona bonke nabomndeni (Webaba)
Uthando namhlanje lungumanqoba (Webaba)
Ngithol' indoda emadodeni (Webaba)
Wangenz' umuntu namhlanje (Webaba)
Awu yelele heh heh
Ngibizw' umakoti nmhlanje (Webaba)
Awu isiyem yem, awu yelele babo
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba
Awu yeheni, ngathol' umendo namhlanje
Bajabul' abakithi namhlanje
Awu yeheni, ngathol' umendo namhlanje
Bajabul' abakithi namhlanje
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba
Zangen' inkomo kwaKhumalo
Awu isi yemeyem. Awu yelele babo!
Uyathath' umakoti namhlanje
Awu isiyeme yem. Awu yelele babo
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba
Bamenyiwe bonk' omakhelwane (Webaba)
Kuzokikizwa, kikizwa laph' ekhaya (Webaba)
Bakhona bonke nabomndeni (Webaba)
Uthando namhlanje lungumanqoba (Webaba)
Ngithol' indoda emadodeni (Webaba)
Wangenz' umuntu namhlanje (Webaba)
Awu yelele heh heh
Ngibizw' umakoti nmhlanje (Webaba)
Awu isiyem yem, awu yelele babo
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba
Awu yeheni, ngathol' umendo namhlanje
Bajabul' abakithi namhlanje
Awu yeheni, ngathol' umendo namhlanje
Bajabul' abakithi namhlanje
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba
Seng'ze ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba