CORRIGER LES PAROLES

Paroles : Ngihamba Nawe

[Simmy]
Sidlal' umacashelana mina nawe
Angazi uyangifaka nom' uyangikhipha
Kodwa ngihamba nawe
Baningi bazamile ukuzibika
Kodwa mina ngiyala
Ngithi, "No! No!"
"You're not man enough for me."

O as'hambe sondela
Mina Nawe sibe together Mmmh
Mina Ngihamba nawe
O as'hambe sondela
Mina nawe sibe together Mmmh
Mina ngihamba nawe

Bhuti Ngihamba Nawe
Abakhon' abanye
Bhuti Ngihamba Nawe
Bhuti Ngihamba Nawe
Abakhon' abanye
Kodwa Bhuti Mina Ngihamba Nawe
[Sino Msolo]
Sisiza
Sondela ntombazane
Ndiyakubiza
Xa ufuna ukuthetha nam
Sondela Ndimamele
Xa ufuna ukuba nam
Ndizok'kwakhela Ndilindele

O as'hambe sondela
Mina Nawe sibe together Mmmh
Mina Ngihamba nawe
O as'hambe sondela
Mina nawe sibe together Mmmh
Mina ngihamba nawe

Bhuti Ngihamba Nawe
Abakhon' abanye
Mina Ngihamba Nawe
Bhuti Ngihamba Nawe
Abakhon' abanye
Kodwa Bhuti Mina Ngihamba Nawe