CORRECTAR LA LETRA

Letra : Uthando

Ngifikile kwabanye ngafic' umkokotela
Ngifikile kwabanye ngafic' umkokotela
Kodwa ngithe mangifika kuwe ngathola ungqo'wothando
Kodwa ngithe mangifika kuwe ngathola ungqo'wothando

Uthando nje, mina angisalazi
Mina angisalazi
Uthando nje, mina angisalazi
Mina angisalazi
Uthando njena, mina angisalazi
Mina angisalazi
Uthando nje, mina angisalazi
Mina angisalazi

I just feel like, dancing to the moonlight
Wenza usungazi kakhulu
You know what I'm about to do, to you
Ngifuna mina nawe sindizele phezulu nje ngama Vevane
Wena uth' uPapa wami uyazi mina nawe sofa s'lahlane
Angisakhoni nokulala
Angikhoni no (Angikhoni no)
Inhliziyo yenza amawaza, kukhona u-love
Akfuneki omunye umuntu, u-bae ula

Ngifikile kwabanye ngafic' umkokotela
Ngifikile kwabanye ngafic' umkokotela
Kodwa ngithe mangifika kuwe ngathola ungqo'wothando
Kodwa ngithe mangifika kuwe ngathola ungqo'wothando

Uthando njе, mina angisalazi
Mina angisalazi
Uthando nje, mina angisalazi
Mina angisalazi
Uthando njena, mina angisalazi
Mina angisalazi
Uthando nje, mina angisalazi
Mina angisalazi

Bazamilе, ukuwisa mina
Bazamile, nokuwisa thina
Kwaphel'amanga (Kwaphel'amanga)
Oh kwaphel'amanga lawa
Kwaphel'amanga (Kwaphel'amanga)
Oh kwaphel'amanga lawa
Oh sweetie my love ey ey, sofa s'lahlane ey ey
Uwena ubambo lwami ey ey, ungabanaki abanye ey ey