ENVIAR LETRAS
Top 100
Lançamentos de álbuns
Artistas
Comunidade
francês
Espanhol
Português
corrija a letra Letra
Ancestors
por
Mlindo the Vocalist
Retornar
Letra
Ndlu ka Senzangakhona vukani, musan' ukulala Amakhehla ashis' imphepho emsamu Izangoma zilahla amathambo zibhule Ndiyazazi ndisisoni mna Kodwa baba hai ndicel' ungandilibali m'na Ndicel' ungandilibali m'na Kuyobanini umama 'ami ehlupheka Kuyabanini abantwana besogola Indlu emnyama iphenduk' inhlekisa umhlaba wonke Kuyobanini umama 'ami ehlupheka Kuyabanini abantwana besogola, hai Indlu emnyama iphenduk' inhlekis' umhlaba wonke Kanti wena Baba uphendula abanjani? Kanti wena Baba uphendula abanjani? Umama uyanikela imihla yonke, imithandazo yakhe ayiphenduleki Amadlozi ngibone ngathi wona asilahle wona Andazi noma ubone ekhona, hai Amadlozi ngibone ngathi wona asilahle wona Andazi noma ubone ekhona Nihluka nisenza ngakhona vukani, musan' ukulala Amakhehla ashis' imphepho emsamu Izangoma zilahla amathambo zibhule Ndiyazazi ndisisoni mna Kodwa baba hai ndicel' ungandilibali m'na Ndicel' ungandilibali m'na Yeeee, yeah! Shubebe, shubebe Baba hai siyashweleza
vídeo de música
Seu nome será publicado. Deixe os campos em branco para permanecer anônimo.
Enviar
Modal title
×
Adicionar mídia
Video URL?
(YouTube, Vimeo, Instagram, DailyMotion, Soundcloud)
×
Lembre de mim
Senha perdida
Entrar
Registrarse