ENVIAR LETRAS
Top 100
Lançamentos de álbuns
Artistas
Comunidade
francês
Espanhol
Português
corrija a letra Letra
Cressida
por
Blaq Diamond
Retornar
Letra
Aw' ama Cressida madoda! Insimbi yakudala Into engavuki ekuseni, evuka emini likhanya bha! Abantwana bama 80's Akunani bazali bami masenibonile ukuthi ngenz’iphutha Mangikheth’umuntu engimthandayo Ngenz’iphutha mangithatha i-80s lami ngilifak’ekhaya Ngiyanixolela bazali bami umasenibonile ukuthi ngenz’iphutha Mangikhetha umuntu engimthandayo Ngenziphutha mangithatha i-80s lami ngilifaka ekhaya Aw i-Cressida yamii le Ayivuki ekuseni ivuka masekuphum’ilanga Alilaleli i-cressida lami mama Alilaleli i-cressida lami Baba Angazi ngizoyithini lento Into efuna iyinwele ze thousand Ngzoythathaphi imali engaka I-Cressida I-Cressida I-Cressida Insimbi zakudala I-Cressida I-Cressida I-Cressida I-Cressida Insimbi zakudala Inkinga yalo liyasebenza Inkinga yalo linemali, alincengi lutho Nami liyangibhekelela Bazali bami ningixolele ukuthi ngithathe le-Cressida ngilifake ekhaya Ngiyalibona i-2K impela lona lihle Kodwa ngisayishaye nge Cressida Abantwana bama 80's insimbi zakudala Oh Cressida yam oh I-manual insimbi endala ak’siyi auto I-throwback intengayenzi i-woman on top Inokutheleka ngo 12 eb’suku izokokota Izong’nika uthando oluhlekile izongitotosa Awuphenduke ubheke le mayeh Hawe mayeh, waze wamuhle mtakwethu Awuphenduke ubheke le mayeh Hawe mayeh, waze wamuhle mtakwethu I-manual insimbi endala ak’siyi auto I-throwback intengayenzi i-woman on top Inokutheleka ngo 12 eb’suku izokokota Izong’nika uthando oluhlekile izongitotosa I-Cressida I-Cressida I-Cressida Insimbi zakudala I-Cressida I-Cressida I-Cressida I-Cressida Insimbi zakudala Inkinga yalo liyasebenza Inkinga yalo linemali, alincengi lutho Nami liyangibhekelela Bazali bami ningixolele ukuthi ngithathe le-Cressida ngilifake ekhaya Ngiyalibona i-2K impela lona lihle Kodwa ngisayishaye nge Cressida Abantwana bama 80's insimbi zakudala Aw' into zamzukwana ey Cressida, Cressida! Cressida yami, Cressida! Esami lesimomondiya Into evele ishintshe igiya Ay' futhi ishaya nge reverse yomhlaba (Aah weeh!) Cressida, Cressida! Cressida yami, Cressida! Esami lesimomondiya Into evele ishintshe igiya Ay' futhi ishaya nge reverse yomhlaba Udali akashodi ngalutho, i-full tank ugcwele mfi Haw' dali hawa dali! Wakhanya okwenkanyezi Ha'w dali haw' dali kwalento ayichazeki Kodwa into engiyaziyo , ungithinta emanonini Ngigcine sengikhala ngedwa I-Cressida I-Cressida I-Cressida Insimbi zakudala I-Cressida I-Cressida I-Cressida I-Cressida Insimbi zakudala I-manual insimbi endala ak’siyi auto I-throwback intengayenzi i-woman on top Inokutheleka ngo 12 eb’suku izokokota Izong’nika uthando oluhlekile izongitotosa
vídeo de música
Seu nome será publicado. Deixe os campos em branco para permanecer anônimo.
Enviar
Modal title
×
Adicionar mídia
Video URL?
(YouTube, Vimeo, Instagram, DailyMotion, Soundcloud)
×
Lembre de mim
Senha perdida
Entrar
Registrarse