ENVIAR LETRAS
Top 100
Lançamentos de álbuns
Artistas
Comunidade
francês
Espanhol
Português
corrija a letra Letra
LoMhlaba Unzima
por
Big Zulu
Retornar
Letra
Baba benomama ayi bo Lomhlaba unzima Baba benomama ayi bo Umhlaba unzima Baba benomama ayi bo Lomhlaba unzima Baba benomama ayi?bo Umhlaba?unzima Bathi hallelujah! Amen!?Sivula ngomthandazo Ngegama likaJesu uNkulunkulu uThixo weymangazo Nkulunkulu?wamazulu xolel' abasonayo Sohlangan' e-Galile kuyoba mnandi bengekh' abasontayo Shwele baba thethelel' izono zami Akukho lula ukuba yim' inzondo inami Nam' angilazi icala lami isono sami Izitha zyangiladela vika dloz' amandl' enkabi Ngizomemeza uNkulunkulu wamabhinca Uzosabela iythukuthuku mabezidla Ngisele ngedwa iynxushunxushu bayang'gila Ngihlupheke kakhulu ngiwa ngivuka iNkosi isiza Bathi khala zome mtaka-ma uyokhala kuzwe bani Uphenduk' intandane inyembezi ziwela phansi Sal' usubuya Nkulunkulu wama bhinca Ngizogqok' uBrentwood ngizocothoza 'masufika Baba benomama ayi bo Lomhlaba unzima Baba benomama ayi bo Umhlaba unzima Baba benomama ayi bo Lomhlaba unzima Baba benomama ayi bo Umhlaba unzima Ayy! zyolal' insizwa kuyosal' iybongo Syobamb' ishisa kuyosab' iynongo Zyoland' indlondlo zyoshiy' izono Bek' ithemba kuMdali kuyoqhum' iybongo Sikhalile kwenela kunzima nokuyifakaza Usithathel' amaqhawe inhloso yakh' ukusihlakaza UMgqumeni iNdidane was'ugcina ngeChalaha Kukhon' okusesifubeni kodwa kunzim' ukuk'phalaza Sal'usubuya Nkulunkulu uyaz' awudeli Isizwe sojabula inxushunxushu uyaz' aypheli Usivikele kwiyphukuphuku yaz' ayqeni Ibhinca lizojabula lizokikiza ingez' aypheli Alusekh' uthando ihlekisan' ihlomelela Unzim' umhlaba isibheken' ibophelele Awu buya baba isizwe sakh' usithethelele Ukukhal' akusizi inyembezi sekumoshakele Baba benomama ayi bo Lomhlaba unzima Baba benomama ayi bo Umhlaba unzima Baba benomama ayi bo Lomhlaba unzima Baba benomama ayi bo Umhlaba unzima
vídeo de música
Seu nome será publicado. Deixe os campos em branco para permanecer anônimo.
Enviar
Modal title
×
Adicionar mídia
Video URL?
(YouTube, Vimeo, Instagram, DailyMotion, Soundcloud)
×
Lembre de mim
Senha perdida
Entrar
Registrarse