ENVIAR LETRAS
Top 100
Lançamentos de álbuns
Artistas
Comunidade
francês
Espanhol
Português
corrija a letra Letra
Isiginci
por
Big Zulu
Retornar
Letra
Ushuni weNkabi Shwele Kukhal' is'ginci sakh' enhlizwen' yami Um' usumamatheka ngivele ng'zule Ndibon' ubuhle bakho Ikhanda l'zule Kodwa k'vele kuthi "hu" Uma?ng'cabanga?ng'thand' intomb' entle?kangaka Sendicabangile Bona ngiyosebenza Wangenz' umuntu Ungibona mna nd'yak'thanda Wangenz' umuntu Ungibona?mna nd'yak'thanda Khaw'tshel' umama nobab' iinkomo zikhona Sengishoda ngawe s'thandwa sami ng'be?yindoda Akekh'?omuny'?onothand' olunjena Nguwe wedwa?s'thandwa sam' entlizweni?yami Anginamali futh' anginakari Kodw' uthando lwami luhlala luhlezi kuwe Ingakho ngithi k'khal' esakh' is'ginci entlizweni yami Nenqondo yam' ihlal' icinga ngawe Kukhal' sakh' is'ginci sakh' entlizweni yami Um' usumamatheka ngivele ng'zule Ndibon' ubuhle bakho Ikhanda l'zule Kodwa k'vele kuthi "hu" Uma ng'cabanga ng'thand' intomb' entle kangaka Sendicabangile Bona ngiyosebenza Wangenz' umuntu Ungibona mna nd'yak'thanda Wangenz' umuntu Ungibona mna nd'yak'thanda Ushuni weNkabi Gegelagege Nengena nkom' iyayidl' inyama Sey'zal' abantu kodwa sey'qom' i'inyamazane Ay'na bhaskidi Ikhuz' emaketh' iy's'phalaphala Hhawu ndon' yamanz' ang'namagama Bathi mntanomuntu uyaz' 'ma ngik'bheka kuthi "hu" Inhliziy' igcwal' uthando ithi "gu" Shhh ungay'tshel' abant', ungayithi "vu" As'khohlwe oNondaba, 'ma bekhulum' akuthi "shu" Ngilosi yami Hhaw', Thembalami Bambolwami Mntanomuntu Sponono sami U-Lovie wami Sweetie wami Nhliziyo yami UDali wami Ng'ngak'biza ngawo wonk', uthanda liphi, Nkanyezi yami? Imizwilili Inhliziyo yam' ikhal' is'ginci Usizwe wena wedwa "'nci, 'nci, 'nci" Asiy'bhimbi My heartbeat Uyazi wen' k'thand' is'Ngisi Ushun' weNkabi i-rap Woza Mduduzi Ak'khal' is'ginci Kukhal' is'ginci sakh' enhlizwen' yami Um' usumamatheka ngivele ng'zule Ndibon' ubuhle bakho Ikhanda l'zule Kodwa k'vele kuthi "hu" Uma ng'cabanga ng'thand' intomb' entle kangaka Sendicabangile Bona ngiyosebenza Wangenz' umuntu Ungibona mna nd'yak'thanda Wangenz' umuntu Ungibona mna nd'yak'thanda Uyakhumbula ngiqal' ukuk'bona Intliziyo yagcwal' injabulo Yathi nguye lo umaqondana wami Ngijabule, ngijabule Intliziyo yam' ihlala ik'khumbule S'thandwa sami, nguw' ithemba lami Kukhal' is'ginci sakh' enhlizwen' yami Um' usumamatheka ngivele ng'zule Ndibon' ubuhle bakho Ikhanda l'zule Kodwa k'vele kuthi "hu" Uma ng'cabanga ng'thand' intomb' entle kangaka Sendicabangile Bona ngiyosebenza Wangenz' umuntu Ungibona mna nd'yak'thanda Wangenz' umuntu Ungibona mna nd'yak'thanda Wamuhl' umntanomuntu Yayintl' ingan' yabantu Uzalwa ngubani? Kuvele kuthi "hu" Wen' uthokozis' intliziyo yami Kuvele kuthi "hu" Undibona mna ngiyak'thanda
vídeo de música
Seu nome será publicado. Deixe os campos em branco para permanecer anônimo.
Enviar
Modal title
×
Adicionar mídia
Video URL?
(YouTube, Vimeo, Instagram, DailyMotion, Soundcloud)
×
Lembre de mim
Senha perdida
Entrar
Registrarse