CORRECT LYRICS

Lyrics : Ziwa Ngale

Ivule kancane (Aybo we)
Uytobetse
Ekse uchomel'amachina ngokarati la
Spin kick, get down
Kancane nje (Ekse uchomel'amachina ngokarati la)
Spin kick, get down
Thatheni
Sofika kanjani nathi kungemnaka

Khonint'engale
Khonint'engale
Khonint'engale
Khonint'engale
Khonint'engale
Khonint'engale
Khonint'engale
Khonint'engale

Malume ukhulumile wathi khonint'engalena kanti ziwa ngale (Ziwa ngale)
Ziwa ngale (Ziwa ngale)
UKabza ukhulumile wathi khonint'engalena kanti ziwa ngale (Ziwa ngale)
Ziwa ngale (Ziwa ngale)
Thatheni (Sofika kanjani nathi kungemnaka)
Malume ukhulumile wathi khonint'engalena kanti ziwa ngale (Ziwa ngale)
Ziwa ngale (Ziwa ngale)
UKabza ukhulumile wathi khonint'engalena kanti ziwa ngale (Ziwa ngale)
Ziwa ngale (Ziwa ngale)
UBeast ukhulumile wathi khonint'engalena kanti ziwa ngale (Ziwa ngale)
Ziwa ngale (Ziwa ngale)
Amany'amathini ke lawa asambe asambe
(Ziwa ngale) Okay
Bazwa nomsindo mangiza neskwadi
Angithi legenge yaseDubane
Kwavele kwashisa ngathi kuneBig Nuz
Uze ngemechine, ongasala, senzeni
Eh ngath' ubheke nentomb' zethu
Aybo ayi siw'theni
Ngath'uzobala nemali yethu, angasmeli
Otherwise umkipito ziyawa more
Nabomalume samba kusasa
Eyamaqipitsi ivibe i-style
Ay ngithi uze nemishini ongaswap
Asimthembi
Ngath'uzomosha nomncimbi wethu
Aybo ay asimthembi
Ngath'uzobala nemali yethu, angasmeli

(Woza, woza, woza, woza, woza, woza)
Sekmoshakele vele k'bhed'uhlelo ziyashuba
Ivule kancane (Aybo we)
Uytobetse
(Woza, woza, woza, woza, woza, woza)
Abafana bay'funel'amancamnce
Bay'funel'amaswid'amnandi
Abantwana bay'phuzel'amachampain
Abanye bafun'ama6 nama-ice, yeboke
Banikeni
Yeboke
Asphileni
Abantwana bay'funel'amancamnce
Bay'funel'amaswid'amnandi
Abantwana bay'phuzel'amachampain
Abanye bafun'ama6 nama-ice, yeboke
Banikeni
Yeboke
Asphileni

(Wewewe gqobhoza lento)
Sispend'imali yeskhashana
Umashonis'uzosthinta kumele syobhadala
Amabhodlel'ungawabiza ubarman umngani wami
K'khalesami la ekse samba kusasa

(Woza, woza, woza, woza, woza, woza)
Syacobhoza
Asambe ke
Sofika kanjani nathi kungemnaka
(Woza, woza, woza, woza, woza, woza)
Khonint'engale
Khonint'engale
Khonint'engale
Khonint'engale
Khonint'engale
Khonint'engale
Khonint'engale
Khonint'engale

Malume ukhulumile wathi khonint'engalena kanti ziwa ngale (Ziwa ngale)
Ziwa ngale (Ziwa ngale)
UKabza ukhulumile wathi khonint'engalena kanti ziwa ngale (Ziwa ngale)
Ziwa ngale (Ziwa ngale)
UBeast ukhulumile wathi khonint'engalena kanti ziwa ngale (Ziwa ngale)
Ziwa ngale (Ziwa ngale)
Aw nami ngyakhulumile ngithi khonint'engalena kanti ziwa ngale (Ziwa ngale)
Ziwa ngale