CORRECT LYRICS

Lyrics : Lotto

Khuluma weBozza Yami
Khuluma wes'thandwa sami
Ahh
Yonkinto oy'funayo mayenziwe

Khuluma weBozza Yami
Khuluma wemuntu wami
Ahh
Yonkinto oy'funayo mayenziwe

Ngiyazi ufuna is'khathi
Sokuthi?sithi?ukuz'khipha kancane (kancane)
Yonkinto?oy'funayo mayenziwe

Ngoba ngawe ngiwinile ngiwinile ngiwinile
Ngawe?nawe mina ngokuthola wena

Weh weh weh
Ngaze ngabamba iLotto (ngabambi iLotto)
Weh weh weh (weh weh weh)
Ngaze ngabamba iLotto (ngabambi iLotto)
Ah weh ma weh (weh ma weh)
Ngaze ngabamba iLotto (ngabambi iLotto)
Ah weh ma weh (weh ma weh)
Ngaze ngabamba iLotto
Khuluma weBozza Yami (Khuluma weBozza Yami)
Khuluma wes'thandwa sami (khuluma wes'thandwa sami)
Ahh ha
Yonkinto oy'funayo mayenziwe

Ay yadumi imoto
Vum vum sokulanda (ah ha)
Hayi lajiki isondo
Left and right siyababheka
Hayi babizebonke, babizebonke nabangane
Ngoba yonkinto oy'funayo ngizoy'yenza
Weh weh weh
Ngaze ngabamba iLotto (ngabambi iLotto)
Weh weh weh (weh weh weh)
Ngaze ngabamba iLotto (ngabambi iLotto)
Ah weh ma weh (weh ma weh)
Ngaze ngabamba iLotto (ngabambi iLotto)
Ah weh ma weh (weh ma weh)
Ngaze ngabamba iLotto