CORRECT LYRICS

Lyrics : Indlela Yempilo

Nants ingonyama bagithi Baba
Sithi uhm ingonyama

Nants ingonyama bagithi baba
Sithi uhhmm ingonyama
Ingonyama

Siyo Nqoba
Ingonyama
Ingonyama nengw' enamabala

Ngelanga sifika kulomhlaba
Sacwayiziswa yilanga
Kuningi esingakubona
Esingakwenza ngeke sikuqede

Kuningi esikwamukelayo
Esingakuthola ngeke sikuqede
Uma ilanga liphuma
Esibhakabhakeni
Okuncane nokukhulu likujikeleza

Indlela yempilo
Isiqhuba sonke
Ekupheleni kwethemba
Ukholo nothando
Sizoyithola indawo
Kulokusombuluka
Kwendlela
Indlela yempilo