CORRECT LYRICS

Lyrics : Ung'bulalelani

Wemfwethu ungibulalelani?
Dadewethu ehh ungibulalelani?
Sihlobo sami ungibulalelani?
Ngithi ungibulalelani?
Awu ungibulalelani?
Ngithi ungibulalelani?
Awu ungibulalelani?

Sabandawonye, sabandawonye eh
Sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye
Sabandawonye, sabandawonye eh
Sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye aaah

Inzondo, imoya emibi ingigqiba ingifaka ekhoneni
Impumelelo yami eyenza nihlale emoneni
Ingane yabantu ayikwazi nanokuphas' eCollege
Inkinga inkinga bayicimel' iknowledge
Ngizama ukwakha nina nifika niyadiliza
Anazi ukunyuka kwami nani nizo benefit(a)
Lengxabano yethu yazi iyangikhalisa
Kuthiw' abazukulu sebemphoxil' umagriza
Yazi ngeliny' ilanga nami ngiyafisa
Ukuthi sihlale sibambisane ukuze siwa achieve
Ngisho isizukulwane naso singasifundisa
Ukuthi masthandana isbongo singasiphakamisa

Sabandawonye, sabandawonye eh
Sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye

Inzondo iyon' imbangela eyachith' igazi
USiphiwe bewumjita ohlanganis' iplani
Bathi uzenza ngcono ngoba uthand' ispani
Laba banye izinto zabo ngathi azihlangani
Lashabalal' isosha kwakhal' abazali
Angiphath' iyingane ngazi zona zizodlani
Ngazi uthini unembeza ngaphakathi
Bathath' iqhawe ebelilisukumel' ikasi
Wo webafwethu, wo dadewethu
Wendl' emnyama nakhu sibulalana sodwa
Asibambaneni
Masithandaneni
Ubobekezela imin' iyeza nakuwe

Sabandawonye, sabandawonye eh
Sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye ay

Woo ooh
Webafwethu ningibulalelani?
Ngoba ngithi ngizamela thina
Webafwethu ningibulalelani?
Woo ooh
Webafwethu ningibulalelani?
Ngoba ngithi ngizamela thina
Webafwethu ningibulalelani?