CORRECT LYRICS

Lyrics : Lidume

Ngamane lidume lingithathe
Kunokuthi ngihlale ngingam'bon' udali
Ngamane lidume lingithathe
Kunokuthi ngihlale ngingam'bon' udali
Ngamane lidume lingithathe
Kunokuthi ngihlale ngingam'bon' udali
Ngamane lidume lingithathe
Kunokuthi ngihlale ngingam'bon' udali

Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume

Webafwethu aningisizeni
Phela manje angiseneme
Inhliziyo ibalis' ayiqedi
Sekuvuka nesikhwele
Nakh' umuntu ezophenduk' uBlack Coffee
Ngithathe ngesandla sokunxele
Ngane yakwethu come and save me
Uthando lwethu lubelethe
Dali mina anginaw' amaningi
Umhlaba wonk' uvel' ume uthi ngqi!
Namhlanje ngiyophelel' emabalin' akini
Ngidalelwe wena noma bangathini

Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume

Awu noma lingabaniza
Noma liguqubala amafu
Noma lingashay' uzamcolo
Zamcolo zamcolo
Awu noma lingabaniza
Noma liguqubala amafu
Noma lingashay' uzamcolo
Zamcolo zamcolo
Inhliziyo ishaya nga double
Phela wena uyisakhamuzi
Noma lingana kugcwal' imimfula lezulu
Ngizokushayel' idadamu

Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume

Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume
Aw ngamane ngempela