AJOUTER PAROLES
Top 100
Sorties d'albums
artistes
Communauté
Espagnol
Portuguais
Anglais
Correction Paroles
Side D
par
Zakwe & Duncan
Retour
Paroles
Bhek’ Sho Bhek’ Lento iqale ngeskhathi Isphethu sesfuna' uk’sign i-artist Babamba u meeting ukuth ba sign-a ban' eThekwini UZakwe wathi uSkuva UNgane no Guru baphikisa Bathi ukasi kakhulu uDuncan angeke adayise UZakwe wanqaba wakhala Bafana niyaganga uyakhafula lomfana animnike I chance nizogcwala Siyambona uyashay uSkuva vaar nathi siyabamba Kodwa u raw kakhulu nama radio asibon' azomdlala Still uZakwe wanga give up wang’bamba nge call Sho Skuva kunama beat aw 3 la Kim akhona, engiwathole ku SP bekuntambama izolo Beng'fis' ukuth' uwagibel' san' ung’korobhe umoya Nam' njegesosha ngase ngigxuma Ngase ng'hlala ngiloba ngase ngishay' ingoma iStraat Sami kwavum abolova Ngish’oNongoloza bay’gcobhoza bath iyona yona Lentwana iyakhonkotha lebhova isazoshisha ikhotha Even uSP wahlanya mabemzwisa lengoma Wangamosha skhathi way'thumela kwi Siz & Scoop kwi YFM Akphelanga ne viki i-Y ingoma yay’playlist-a Waseyizwa uTira way'nambitha neghansi wal’feel-a Wafonela uNgane "Eh uban lo? Ngifun' ukumsayina UNgane wasembeka uDuncan uhlala la eMoria ng'hlala nginaye La e-studio uSkuva ukumthola aksinkinga "Ok kumele nifike naye eAfro ngimbone soringa" At first ang'zange ngi believ-e mangizwa ley'ndaba nga dima Until the day beng'landa ses'ye eAfro sesyobina uTira Ngath' mang'fika wang'tshela wath' wena slyakl sign-a ISphethu ne Afro i Album yakho kulonyaka san' s'yay’khipha I was over the moon, ng'yakhumbul' ikhanda lam' lizula Ngijabule kakhulu, ngafik' ekasi nga celebrate ngaphuza nga celebrate goet Ngaphuz' i booze emlomen' kush' i-loose Injabulo ubhalwe emehlwen' kim' lolusuku labal’khulu Ngalowonyaka uZakwe wayeqed' uku release i Album Seng'k'shod' n'skancane nokuth' igolide lihlangane Wa decide ukwenz' i-addition wakhiph' i-deluxe YIla engathola khona i-feature ye Sukile mfanam' Savusa ilokishi kgozisi amapantsula phakamanga Nga release iKhayalam' ikhahlamba lase lisangana Bengigijima no Zakwe uBotton uPro no Musa la Kwathuka cwaka street cred saqina khaxa Nabantu sebengaz' sebecel' nok'shutha nam' Cause uZakwe mayeyoGiga njalo ubehamba nam' Nom' esehola angi cut-ele inyuku qina njayam' Okwakhe akwenze okwam' ek’sherisha nam' Impilo yaba mnandi eSphethu wok’umuntu u focused Uyabona amajita kudala ane plan lan' yok’popa NamI akumele ngiphoxe lan' k'mele ngenze ivaar kolova Ngi drop-e into ezovusa umlilo kuphakame amasosha Ngingene e-studio manje noNgane sipheka i album As'dlali baba ku blind kuhlwa Kusa sidla i-mic Mangzela ngilala kwi couch khon' e-studio ngibhathe itshali Sivuka sishay' ingom' futhi sizibe indlala ngama fries be kumnandi kgansi Ngeke ngiringe amanga lapho ngiyasho Backward never lesi iskthath' sami Angimeli ne stop sign ngithe mang’ drop-a iTsiki Tsiki uMzansi wasuhlanya blind Ungasakwaz ukulinda Skuva phela ayiphume le album Ngempela ke ngay' drop-a, ama bookings aqala angena lova Kodwa bekuneslonda enhlizweni yam' ebesilokhe sigobhoza Njalo mang perform-a uZakwe akasafiki ukuzong’ Support-a Base beng'hlebela ontabakayikhonjwa "Usenemona phela usugiga kakhulu kunaye manje suya topper" Bezing’ hurt-a lezondaba koda ngakhetha ukuyizoza Ivaar njayami mangik’tshela ivaar sometimes nami bengizibuza ukuthi haw'! UmaZiri mfethu bengihlale ngihamba naye uma eyo perform-a, manje mina masengikhipha i Album yena akasekho! Ngagcina nami sengibon' kuthi mhlampe hayi sekukhon' islwane sukukhon' yabo? And nabantu abaningi bangitshela izinto ey’ningi la yabo? Bangtshela lokhu nalokhu bathi "Hay', useqala i kgompi manje useneslwane..." But hay' no ngiyakwazi njayam awukho kanjalo Yebo baba!
clip
Ton pseudo sera publié. Laisses les champs vide pour rester anonyme.
Soumettre
Modal title
×
Ajouter un média
Video URL?
(YouTube, Vimeo, Instagram, DailyMotion, Soundcloud)
×
Se souvenir de moi
Mot passe oublié
Connectes-toi
M'inscrire