AJOUTER PAROLES
Top 100
Sorties d'albums
artistes
Communauté
Espagnol
Portuguais
Anglais
Correction Paroles
150 Bars
par
Big Zulu
Retour
Paroles
(Ke Hip Hop Dawg) Ayi, shun wenkabi Ay awuthi siyizwe stallion sekonakele (Ke Hip Hop Dawg) Asengenile amanzi endlini mfo kaMgule Ayikho into ezakwenziwa sebebhedile Ufuseg akabe ufusegi ke manje angeke Sisabuyela emuva Ay khaleke konakele ke maje Ay iNkabi Nation manje ngeke ngibingelele Senizongithola ngaphakathi ngiginga indoda Ingalindele Ibhekane nenkabi ngeke iphume ingalimele Ithi izo save iHip Hop iy saver njani nayo iy fele Inkabi ingaphakathi ayibingeleli ayisaqoqothi Umfan' uyodlala nowabo ushun wenkabi awusatotosi Ng' khule iy'nsizwa ziboshiwe kulelizinga asisankonkothi Nina nijwayel' iPiano la kusho iHipHop as'kokodi Woz' eNkab mawufuna iBeef uzofika itafula lidekiwe Uhlale wazi may' ngakuhlula uzophuma ingozi sik' gqemile Uthi sibonela kuwe upheth' iGame, usudakiwe? Family tree ishlahla sensangu, yin' engathi usubhemile Okay angiqale ngawe ngoba ngathi usuyaspeeda usese mncane mufasa kim' awuhlukile noSimba Ay'khale may'khala lakim' akekho ozongithinta Kule industry sengi Famous ngiwu Nkulunkulu niyangisumisa Uxolo ma nobaba ang'soze ngathuka ifamily Kuleli hlathi ngiwuthazane ngisadlala nambhubesi Ngiqinisa abafana sebenomqondo wama thekeni Ama los? komRapper iskinny jean sekunokuvela iphenti Am Zulu man with the power angisakhulum ngo Nasty C Iflow kimi itotal komRapper kukhuphuka iBP Akekho ongang' thinta ningangitseheli ngo Stohie T IMercedes isentanyeni kodw' ama Garage aEmpty Hip Hop iphethwe iNkabi usomaTekisi ithini iClock Nijuthwa iFacebook noTwitter bathi nidumile ko TikTok Nikhuluma kakhulu ngayhi ninokugqoka iy'kinnyTop Kukhon' obhadelewa ukushaywa nikhala kamndand' njenjo Slik Talk Ubani uStogie T uye wenzani savuka sezwa? Umkhonto kim usesandleni isdudla ngis'shiya siphethe inxeba Ngidla amaBars ung' dlela umona ingulube inginonele Isdudla sinokufana nebhola, I woundn't mind ukuk' khahlela Kunzima ukufica inkabi bafana sekuyakhuphukela Sikhipha amaHit everyday anofika soncobelela Bhayiziswa amaComment angabe nje niya Concentrater ngoba iGame ibuzwa kim engathi KuHipHop ngiyiCommentator Nithi uZulu akasaRap, kanti nikhukuma amanga Ngaqala ujuRapper nibancane, nanisathi inyam'inama Indlala ibanga ulaka kant ulaka lubanga indlala Sinemali eningi siye Duabi 3.7 ukubona intaba Ngikhuluma lezindaba ngoba akekho engimsabayo Angibuze ukhona ogolozayo noma nje ongigolombayo Ngeke nibkekane nami none nje nizingane ey ‘khasayo Bathi niFly ngibon' iy'mpiko ngathi nibaningi eniphaphayo Ngiphendule iRap iRenk ukhona ofuna ukuthini NgiQasha uCassper noKwesta ntambama ngifuna iChecking Usomatekisi onemali, vele nginemali eningi I'm ambitious and hungry ngilamba ngidle amaArtist Yanzima lendaba, inkabi ibulala amajaha Akekho ongngithinta ngeke umthinte umuntu umsaba Kwakhala umadala wathu la kushuni akudlalwa Ulambile ufuna iBeef eNkanbi asinayo iDeal yendlala Ushuni wenkabi awuncengi, nginiqonda ngo anginicengi Maningazwanga ukuthi ngithini anosondela nje anginihlebi Iblukwe iStallment anlingixegi, inaba yoSkrrSkrr angiyi ngeni 100K performance ningangitsheli ngabo 25k HipHop will die when you say so, you will die when I say so Kufa kwakho kuaTrenda ngathi icala lakaSenzo R.I.P King Pro, Ricky Rick, Makhado Angidlali when it's cash time ngakuheka uthola ik.O Mina ngiyiNkaalatha uShuni Wenkabi Inxakanxaka Basukele ingadlangla iskhondlakhondla inyakanyaka Wena K.O uyiqhakaqhaka ngakucela iFeature wangishayashaya Ngakugcina ythatha iz'ngane zeskole wawudume ngeCaracara Wena Stogie T lana asikho eOver Seas naleslungu sakho esingapheli ungaidaleli isphithiphithi Omunye ngamcela iFeature wathi ngiyabanda ngindikindiki Bheka manje ubanda mpo wagcina iHit nge Tsikitsiki Bafana ngicwela ukuphapha ozongiphendula ngidonsa impama Ningangitsheli ngesphukuphuku unoya anginaso iskhathi sohlanya Akaphilile loyo ekhanda angasekela iNkosi yohlanga Ufuna Beef ngikunika inkomo engakadliwa ngathi eyentombi yomhlanga Manje ngisese under ground, Inkabi isakhothwa ngamadlozi Khuza om'rapper amaGold digger ngisengaba gubhlela umgodi U-AKA noK.O ngagcina nithi niRunner iJozi Nigijimaphi ngoba asini boni, kwaphela iComrade maraton Hip Hop ikude ukufa mangisasekhona Ikude ukuphupha om'Rapper ngibalalisa phansi sweet dream bakude ukuvuka ngi under ground ngikude ukubuya IFlow imnazi bakude ukuvutha, ngivala NgamaBars ngeke kuLoot we angiyena uZuma Sengiqedile nge Old School ngingena Ku New School wena
clip
Ton pseudo sera publié. Laisses les champs vide pour rester anonyme.
Soumettre
Modal title
×
Ajouter un média
Video URL?
(YouTube, Vimeo, Instagram, DailyMotion, Soundcloud)
×
Se souvenir de moi
Mot passe oublié
Connectes-toi
M'inscrire