ENVIAR LETRAS
Top 100
Lanzamientos de álbumes
Artistas
Comunidade
Francés
Portuguese
Inglés
Corrección Letra
Ushun Wenkabi 2018
par
Big Zulu
Regreso
Letra
Yey wazini? Wazini ngeNkabi Rap? Ushuni wenkabi Lento yaqala kanzima Kwak'ngekho lula ukuhlanganisa u-Brentwood ne Rap Mina ngangeke ngiyeke?ushuni Ngihambe?phezu kwembewu Lent' engiy'phethe?u "can't get", bheka ngibangena Esigibeni ke?kubambe mina abangiyeke Mangiqala loshuni khohlwa akaze kwaba lula Buningi ubunzima nobungqinamba esasibuthola masisay'susa Abanye bes'bhuqa bethi asikhohlwe senze iphutha Ngeke siy-reach(e) le-level ngoba i-style sisase poor Ushuni wenkabi inkani, ngeke uwumele ungena nkani Lona umdlalo wezimnyama ey'nxanxatha igxolo ney'nkabi UMahlekwabulawe, indoda ayikhuzwa ungena nkabi Mawungathinta ushuni wenkabi lingashona ungumfelokazi Kwafik' inkabi bachoma, kwakhwif' unyazi yahloma Siyayaz' eyakwethu, yam'bamba umfana uyaqonda Yayibiz' ingoma babonga, yakhiph' u-1 bafola Yey wazini? Wazini ngeNkabi Rap? Ushuni wenkabi Lento yaqala kanzima Kwak'ngekho lula ukuhlanganisa u-Brentwood ne Rap Mina ngangeke Ngiyeke ushuni ngihambe phezu kwembewu Lent' engiy'phethe u "can't get", bheka ngibangena Esigibeni ke kubambe mina abangiyeke Ay ama-Bergville alindile ukuthi inkabi ngeke isiphoxe Ngapha izitha ziyagomela, zithi khohlwa ngeke i-top(e) Eyakwethu siyayazi, ushuni wenkabi ngeke isikhohlwe Idl' uThukela, uKhahlamba, ayibhinci isidwaba ngeke iflobhe Laph' engiphuma khona impi inokusuka ngengoma Kuqhuma iqupha kuwa umfana, sizwana amandla singamadoda Shwele u-cheese boy angagoba Ngisho umkhwekazi uyazotha Ukube iy'ntaba ziyakhuluma, mningi umlando kuleza yindonga Bonke ubunzima nenhlupheko yami buyophenduka umlando Ushuni wenkabi uphokophele, inkabi ayizondi ubamb' ithambo Kuyof' iy'nsizwa kusale iyibongo, esamaqhawe isihlalo Kungen' inkabi bayakikiza Yey wazini? Wazini ngeNkabi Rap? Ushuni wenkabi Lento yaqala kanzima Kwak'ngekho lula ukuhlanganisa u-Brentwood ne Rap Mina ngangeke ngiyeke ushuni Ngihambe phezu kwembewu Lent' engiy'phethe u "can't get", bheka ngibangena Esigibeni ke kubambe mina abangiyeke Yey wazini? Wazini ngeNkabi Rap? Ushuni wenkabi Lento yaqala kanzima Kwak'ngekho lula ukuhlanganisa u-Brentwood ne Rap Mina ngangeke ngiyeke ushuni Ngihambe phezu kwembewu Lent' engiy'phethe u "can't get", bheka ngibangena Esigibeni ke kubambe mina abangiyeke
videoclip
Tu nombre será publicado. Deje los campos en blanco para permanecer en el anonimato.
Enviar
Modal title
×
Insertar medios
Video URL?
(YouTube, Vimeo, Instagram, DailyMotion, Soundcloud)
×
Recuérdame
Contraseña perdida
Conectarte
Registrarse