SUBMIT LYRICS
Top 100
Album releases
artists
Community
French
Spanish
Portuguese
Correction Lyrics
Kahle
by
Nomfundo Moh
Back
Lyrics
(Yeah you know it) Thabath' inhliziyo yami, yami Udlize ngothando lwethu emazweni Engathi ungahlal' useduze kwami Ngoba njalo uhlezi usemcabangweni Uma bethi "Likhiph' umkhovu etsheni" basuke belinganisa ngothando lwethu (Oh) Lushisa bhe, wen' owabon' ilanga ehlobo (Oh) Wena unguy' engim'dingayo Impel' unguy' inhliziyo emkhethayo Laph' uthando lwakho lung'holela khona, mina ngizok'landela Ngoba unguy' engim'dingayo Impel' unguy' inhliziyo emkhethayo Ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena Ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena Ungiphethe kahle, ungiphethe kahle umuntu wam' Ungiphethe kahle, ntofontofo u-lovey Baby, asambе siyoshawa umoya lapha ngasolwandle Honey, belunjani usuku lakho kе namhlanje? Yizo lezi izinto encane ey'jabulis' umoya (Moya) Bengingaz' ukuthi uyang'thanda Bengithi udlala ngami (Bengithi udlala ngami) Haw' sek'yacaca awunaso isikhathi sokudlala (Dlala) Aw'fune lutho ngami (Aw'fune lutho ngami) Thando lwakho (Oh thando) Lona lubanzi lujulile (Lona lubanzi) Lona lubanzi lujulile (Lujulile) Ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena (Olunje) Ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena (Olunje) Ungiphethe kahle (Phethe kahle), ungiphethe kahle umuntu wam' (Baby) Ungiphethe kahle (Ungiphethe kahle), ntofontofo u-lovey (Yeah) Ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena (Uthando olunjena) Ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena (Uthando olunje) Ungiphethe kahle (Olunje), ungiphethe kahle umuntu wam' (Oh thando) Ungiphethe kahle (Oh woah-woah), ntofontofo u-lovey (Woah)
music video
Your name will be published. Leave fields blanks to remain anonymous.
Submit
Modal title
×
Insert media
Video URL?
(YouTube, Vimeo, Instagram, DailyMotion, Soundcloud)
×
Remember me
Lost password
Sign in
Register