SUBMIT LYRICS
Top 100
Album releases
artists
Community
French
Spanish
Portuguese
Correction Lyrics
Khethile Khethile
by
Kwesta
Featuring(s) : Makwa, Tshego AMG
Back
Lyrics
[Thee Legacy] Grrrriii Awu baba wabanta bam' Baba wezingane zam' Aw wena wee, ngyakthanda mina [Kwesta & Thee Legacy] Bangicelela kaZungu (Helele) Bak'cela kaKhumalo (Helele) Bangicelela kaZungu (Helele) Bakucela nakaShandu (Helele) Bakucela ngoba isiko (Helele) Benzela umfanana (Helele) Ngayicelela ke mina (Helele) Ngayikhethela wena (Helele) [Kwesta, Makwa & Thee Legacy] Khethile khethile, ungowami (Helele) Khethile khethile, ungowami (Helele) Khethile khethile (Helele) Khethile khethile (Helele) Khethile khethile (Helele) Khethile khethile (Helele) [Kwesta] (Ay wena) Ay phela ngikwazi kahle Ntombazane ndini ngik'thanda ngize Ngidlule abangakini, ngak'thanda zibekwa Ngik'khetha nango kiss, ngak'thandazela Ngicela iNkosi ufike Wancika wathi gci Ngak'cika wathi mncwi Zacisha iybani cwi Ay kanti ke angigcini Nga switch(a) wathi tsi Ngiyathemba uyabona ukuthi angizanga ngok'ningi Ngiziphathele nje isbongo [Kwesta & Thee Legacy] Angifuni omunye umuntu Aw ngibona wena wedwa Liyofika lolo suku, ngizokulobola wena baby Ugqame okwe nkanyezi, ukhanya okwelanga (Khethile khethile) Otshela nomalume ngistholile isthandwa sam' [Kwesta & Thee Legacy] Bangicelela kaZungu (Helele) Bak'cela kaKhumalo (Helele) Bangicelela kaZungu (Helele) Bakucela nakaShandu (Helele) Bakucela ngoba isiko (Helele) Benzela umfanana (Helele) Ngayicelela ke mina (Helele) Ngayikhethela wena (Helele) [Kwesta, Makwa & Thee Legacy] Khethile khethile, ungowami (Helele) Khethile khethile, ungowami (Helele) Khethile khethile (Helele) Khethile khethile (Helele) Khethile khethile (Helele) Khethile khethile (Helele) [Kwesta] Lilizela ke gogo, musa ukukhala wemama Busiseka ngelosi, iNkosi ikwazi ngegama Ngibonga uma owak'zala Ngibonga ubaba owakondla Ngibonga namandla akho, kulezinto esayinqoba Buka phela we sis', ngifuna plenty of kids So shumayela mfundisi, ngizovula i-vail ngim-kiss(e) Asikaqedi my love, nalendawo asikayazi Kodwa ke sobonisana wena MaVilakazi [Kwesta & Thee Legacy] Bangicelela kaZungu (Helele) Bak'cela kaKhumalo (Helele) Bangicelela kaZungu (Helele) Bakucela nakaShandu (Helele) Bakucela ngoba isiko (Helele) Benzela umfanana (Helele) Ngayicelela ke mina (Helele) Ngayikhethela wena (Helele) [Kwesta, Makwa & Thee Legacy] Khethile khethile, ungowami (Helele) Khethile khethile, ungowami (Helele) Khethile khethile (Helele) Khethile khethile (Helele) Khethile khethile (Helele) Khethile khethile (Helele) [Kwesta & Thee Legacy] Dali wami, sthandwa sami Lovey wami, bambo lwami Ungowami, ngingowakho Woza baby, woza baby Dali wami, sthandwa sami Lovey wami, bambo lwami Ungowami, ngingowakho Woza baby, woza baby Dali wami, sthandwa sami Lovey wami, bambo lwami Ungowami, ngingowakho Woza baby, woza baby Dali wami, sthandwa sami Lovey wami, bambo lwami Ungowami, ngingowakho Woza baby, woza baby Vilakazi Mhlwehlwe odume njengezulu Siyabonga
music video
Your name will be published. Leave fields blanks to remain anonymous.
Submit
Modal title
×
Insert media
Video URL?
(YouTube, Vimeo, Instagram, DailyMotion, Soundcloud)
×
Remember me
Lost password
Sign in
Register