SUBMIT LYRICS
Top 100
Album releases
artists
Community
French
Spanish
Portuguese
Correction Lyrics
Umuthi
by
Blaq Diamond
Featuring(s) : Cici & Zamo Cofi
Back
Lyrics
EGol' impilo ayikho Alukh' uthando Kugcwele umhobholo Wonk' umuntu usewu gombela-kwesakhe EGol' impilo ayikho Alukh' uthando Kugcwele umhobholo Wonk' umuntu usewu gombela-kwesakhe Ngizwa kukhala amaviyo oh Bayangibiza emakhaya Ngizwa kukhala amaviyo oh Bayangibiza emakhaya Sengikhumbul' ekhaya Nyawo zami ngibelethe KwaFelubala, sengilel' esifubeni samama Sengikhumbul' ekhaya Nyawo zami ngibelethe KwaFelubala, sengilel' esifubeni samama Ngizwa kukhala amaviyo oh Bayangibiza emakhaya Ngizwa kukhala amaviyo oh Hee eh bayangibiza emakhaya Zonk' insuku ze calendar Zonk' insuku ze calendar Ngiseyimayini ngiyasebenza Ekhaya ngibabona December Zonk' insuku ze calendar Zonk' insuku ze calendar Ngiseyimayini ngiyasebenza Ekhaya ngibabona December Ow indizamshini ipheth' umuthi olaphayo Ow indizamshini ipheth' umuthi olaphayo Wahelez' umoya, isiphepho nephimbo kwaphum' ingoma emnandi Kwadans' iNingizimu Afrika yonke, inqola indizamshini Akukho lapho bengafinyeleli khona, isenzasamuntu Ububanzi bomuntu sibufanisa nedayimane elimnyama Int' eswenka kubande kwamancane entombini Uyalaz' isoka lamanyala Ushuni wakudala kuphela uthintwa isandla esisha Ingoma yazalwa kabusha eMnambithi yamamatheka yonk' i Afrika Yathi "ingoma emnandi iyaphindwa" Phind' ubhale futhi Cofi ngabe sengiyabhala
music video
Your name will be published. Leave fields blanks to remain anonymous.
Submit
Modal title
×
Insert media
Video URL?
(YouTube, Vimeo, Instagram, DailyMotion, Soundcloud)
×
Remember me
Lost password
Sign in
Register