SUBMIT LYRICS
Top 100
Album releases
artists
Community
French
Spanish
Portuguese
Correction Lyrics
Memeza
by
Blaq Diamond
Featuring(s) : Sjava
Back
Lyrics
Sengize ngasha nezwi ngimemeza Ngimemeza Kodwa akekh' osabelayo Kodwa akekh' osabelayo Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza) Ngimemeza (oh ngimemeza baba) Kodwa akekh' osabelayo Kodwa makumemeza bona hhayi I'm always there when they need me, they need me, they need me ngiyasabela Kodwa makumemeza bona hhayi I'm always there when they need me, they need me, they need me ngiyasabela We bafethu kanti yini eyanenza ningasabeli Eyanenza ningasabeli mangikhala ngani Bengithi izandla ziyagezana, ziyagezana Bengithi izandla ziyagezana, ziyagezana Oh kanti nginamanga, nginamanga, nginamanga, nginamanga ngiyazikhohlisa Oh kanti nginamanga, nginamanga, nginamanga, nginamanga ngiyazikhohlisa mina Ngingamane ngithemb' itshe, kunokuthi ngithembe umuntu Ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala Ngingamane ngithemb' itshe, kunokuthi ngithembe umuntu Ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala Oh ngoba izolo lokhu bafika kimi bebedinga usizo Ngabanika, kodwa mangibadinga aba-bo-nwa Oh ngoba izolo lokhu bafika kimi bebedinga usizo Ngabanika, kodwa mangibadinga aba-bo-nwa Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza) Ngimemeza (oh ngimemeza baba) Kodwa akekh' osabelayo Kodwa akekh' osabelayo Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza) Ngimemeza (oh ngimemeza baba) Kodwa akekh' osabelayo Kodwa makumemeza bona hhayi I'm always there when they need me, they need me, they need me ngiyasabela Kodwa makumemeza bona hhayi I'm always there when they need me, they need me, they need me ngiyasabela Makuwuwe ngikhala nawe Makuyimi ngikhala ngedwa Makuyimi ngikhala nawe Makuyimi ngikhala ngedwa Sengiqanjwe negama elisha Thu "Mabizw' asabele" Hlala nami Nkosi Sengiqanjwe negama elisha weeh Thu "Mabizw' asabele" Tha angilifuni Namhlanje kunje kunje kunje Ngenxa yokulunga kwami I care too much Namhlanje kunje kunje kunjena nje Ngenxa yokulunga kwami I care too much Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza) Ngimemeza (oh ngimemeza baba) Kodwa akekh' osabelayo Kodwa akekh' osabelayo Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza) Ngimemeza (oh ngimemeza baba) Kodwa akekh' osabelayo Kodwa makumemeza bona hhayi I'm always there when they need me, they need me, they need me ngiyasabela Kodwa makumemeza bona hhayi I'm always there when they need me, they need me, they need me ngiyasabela
music video
Your name will be published. Leave fields blanks to remain anonymous.
Submit
Modal title
×
Insert media
Video URL?
(YouTube, Vimeo, Instagram, DailyMotion, Soundcloud)
×
Remember me
Lost password
Sign in
Register