SUBMIT LYRICS
Top 100
Album releases
artists
Community
French
Spanish
Portuguese
Correction Lyrics
10k
by
Blaq Diamond
Back
Lyrics
Uthando lwakho lungishaya ten thousand Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe Uthando lwakho lungishaya ten thousand Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe Oh giya mizwa yami (Giya, giya) Kukhala umzwilili enhlizweni Giya mizwa yami (Giya, giya) Oh ngithi giya mizwa yami weh (Giya weh) Oh giya mizwa yami (Giya, giya) Kukhala umzwilili enhlizweni (Giya weh) Oh giya mizwa yami (Giya, giya) Oh ngithi giya mizwa yami weh (Giya weh) Angazi ngilalephi mangithi ngyachaza Angazi ngiqalephi mangithi ngyanaba Kusukela ek'qaleni wena wangi chaza Wavele waduka nami (Waduka nami) Angazi ngilalephi mangithi ngyachaza Angazi ngiqalephi mangithi ngyanaba Kusukela ek'qaleni wena wangi chaza Wavele waduka nami (Waduka nami) Uthando lwakho lungishaya ten thousand (Shaya ten thousand) Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe (Hay' ngiyafa ngawe) Uthando lwakho lungishaya ten thousand (Hay' lungishaya 10K) Ubusuku ne mini (Yeah yeah, yeah yeah) ngiyafa ngawe (Hay' angiyazi intw'nje) Uthando lwakho dali, hay' lungishaya 10k Mangik’buka dali, ngigeza mehlo hay' ngik’buka 5k Queen meets King, then the puppy love thing Andre 3k You special uyi 38, uyintanga yami hay' angiz’shayi ngama 2k Intw’ engiyithanda ngawe, ukuthi uyazaz’ ufunani Hay' awuhambi nomoya, hay' awududwa abangani Mang’nawe k’gidi nhliziyo, ngicela ningalikhiphi ledliso Zishebo zomfino nombhido, mawungithinta kukhuphuki libido Ngigudl’ oShuku, ngi cross i-border Ngiye Swatini ngiyolobola Masezuw'shaya k’yogqoz’ imfene, hay' umthakath’ uyozonda MaDlamini jama kaSjadu, zizi elimnyama ney’ nkomo zalo Buhl’ obunje, buhle bendalo Wah wah wah, Sobhuza somhlola Uthando lwakho (Uthando lwakho) lungishaya ten thousand (Lungishaya ten thousand) Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe (Hay' mina ngiyafa ngawe) Uthando lwakho lungishaya ten thousand (Lungishaya ten thousand) Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe (Hay' ngiyafa ngawe) Angwabolekanga mehlo mina ngazalwa nawo Ingakho ngikwazi ukuyibona Imbali eqhakazile emhlabeni Angwabolekanga mehlo mina ngazalwa nawo Ingakho ngikwazi ukuyibona Imbali eqhakazile emhlabeni Ngizokutotosa (Owami wena) Ngzok’phatha okweqanda ng’zokutotosa (Owami wena) Uyayitoboza (Owami wena) Nhliziy' igxuma okwentothoviyane (Owami wena) Uthando lwakho lungishaya ten thousand Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe Uthando lwakho lungishaya ten thousand Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe
music video
Your name will be published. Leave fields blanks to remain anonymous.
Submit
Modal title
×
Insert media
Video URL?
(YouTube, Vimeo, Instagram, DailyMotion, Soundcloud)
×
Remember me
Lost password
Sign in
Register